iZinganekwane engazixoxelwa Ngugogo

Author:
Lisa Grainger
Format:
Softcover

Now:R135.95
eBucks:eB1360

South Africa

Delivery:
Usually within 9 working days.
Seller:
kalahari.com

iZinganekwane engazixoxelwa Ngugogo

Short description

Kunoma yimuphi umuzi e-Afrika kukhona umxoxi wezindaba noma izinganekwane. Ukuxoxa lokhu ngeke kuthathwe ngokuthi sekungumsebenzi wakhe umuntu. Emini angaba ngugogo nje, noma uthisha, noma umlimi noma umthungi.

Long description

Kunoma yimuphi umuzi e-Afrika kukhona umxoxi wezindaba noma izinganekwane. Ukuxoxa lokhu ngeke kuthathwe ngokuthi sekungumsebenzi wakhe umuntu. Emini angaba ngugogo nje, noma uthisha, noma umlimi noma umthungi. Kodwa kusihlwa uhlala eduze komlilo, azungezwe yizingane ezincane, nabangani bakhe abadala, nomakhelwana noma izihambi, bese exoxa ukuthi kwakunjani endulo umhlaba usemusha, ngenkathi umuntu esengumzingeli nomqoqi wokudla kwasendle, izilwane lezi zisatholakala ziwuvanzi endle kulo lonke leli zwekazi. Izinganekwane lezi zilungele abadala nabancane, kodwa kuvame ukuba yizingane eziye zizwakale sezisho ngazwi linye zithi: "Siyakucela Gogo, hlala phansi usixoxele inganekwane." Uma ngabe akaxakekile kakhulu ngemisebenzi efana nokupheka, nokulungisa indlu noma ikhaya, uyavuma. Useyohlala esihlalweni sakhe noma ecansini, engaphansi kwezinkanyezi, acimeze abuyise lezo zinganekwane naye ayezixoxelwa nguninakhulu eseyintombazanyana. Kancane kancane, ubuso bakhe buyobonakala sebuqhakaziswa ngumlilo, eseqala ngalawo mazwi bonke abathanda ukuwezwa athi: "Kwesukesukela…"

Product details

Publisher:
The Penguin Group (SA) (Pty) Ltd
ISBN:
9780143025900
Publication date:
May 2009
Length:
235mm
Width:
172mm
Weight:
397g

Other products to consider

Baba's Gift
Baba's Gift

Author:
Beverley Naidoo
Now R99.95
(eB 1000)
Izindaba zaseningizimu nelanga: Stories south of the Sun: Zulu
Izindaba zaseningizimu nelanga: Stories south of the Sun: Zulu

Author:
Christel Bodenstein; Hans Bodenstein; Linda Rode
Now R150.95
(eB 1510)
Madiba Magic
Madiba Magic

Author:
N. Mandela
Now R248.95
(eB 2490)

Customer reviews & ratings

Buy this product

iZinganekwane engazixoxelwa Ngugogo

iZinganekwane engazixoxelwa Ngugogo

Now:R135.95
eBucks:eB1360
The basket has moved
 
Free delivery on orders over R250 *
 
My wishlists
Your wishlist is empty
Earn with Visa Premium
 
eBucks
 
m.kalahari.com
 
Become a corporate client with kalahari.com
 
MySchool Smart-Kids Offer